The Power of Words: Unlocking the Creative Potential of God’s Word
“UNKULUNKULU WAKHULUMA EMANDULO KOKHOKHO NGABAPROFETHI, NGEZINDLELA EZININGI EKUGCINENI KWALEMIHLA UKHULUME KITHI NGENDODANA YAKHE AYIMISE UKUBA IBE YINDALIFA YAKHO KONKE.”
AMAHEBHERU1:1-2
The Creative Power of Words
In the beginning uma uNkulunkulu edala umhlaba nakho konke okukuwo, scripture tells us that God spoke. UNkulunkulu wakhuluma ngomlomo wakhe izinto zabakhona, this means words have creative power, UNkulunkulu selokho adala ku Genesis, akhukho okusha akudalayo manje, wadala konke waqeda, which means His word does not only carry creative power, but also the power to procreate, akhekho otshela isihlala ukuthi it is its season to bear fruits, akekho otshela izimbali ukuthi sekuyikhatthi zokuthi zibune, sekuyisikhathi sokuthi zikhahlele, kodwa uSimakade wakwenza konke to follow and abide by the natural order of creation, no one tells animals that it is the mating season, it all happens according to the order of God, ilanga liyazi ukuthi liphuma nini, nezinkanyezi kanjalo, ngoba uNkulunkulu wakhuluma wakunikeza izikhathi nemikhawulo esebenzisa izwi lakhe and nature abides by His word. Indalo iyakalalela, uNkulunkulu nathi usigunyazile ukuthi sikhulume, we have the authority as believers to speak over everything and situation!!!
“Bloom where you are planted.”
The Theme: Salvation by Grace through Faith
“Ngokuba ngoMUSA nisindisiwe, ngokuKHOLWA, lokhu akuveli kini, kodwa KUYISIPHO sikaNkulunkulu, futhi akuvi NGEMISEBENZI, funa kube khona ozibongayo.” Efesu2:8.
- We are saved by grace through faith
- It is a gift from God, not from our works
- No one can boast about their salvation
May we understand the power of God’s word and use it to speak life into our situations!