Saved by Grace: Understanding Our New Life in Christ

Facebook
x.com
WhatsApp
Telegram

Table of Contents

Saved by Grace: Understanding Our New Life in Christ

SIBONGILE KWABASE-EFESU 2:1-5

“NGOMUSA KANKULUNKULU SISINDISIWE”

“Nani nanifle ngenxa yeziphambeko nezono zenu, lezi enanikade nihamba kuzo ngokwendlela yalelilizwe, ngokombusi wamandla omkhathi, ongumoya osebenza kubantwana bokungalaleli, esasikade sihamba sonke phakathi kwabo ezinkanukweni zenyama yethu eyonalekeyo, senza intanto yenyama eyonalekeyo nemicabango, sasigabantwana bolaka ngokwemvelo njengabo bonke abanye. Kephe uNkulunkulu ecebile ngeSIHAWU nangenxa yoTHANDO lwake olukhulhu asithanda ngalo, nalapho sasifle ngenxa YEZIPHAMBKEKO wasiphilisa kanye noKristu- NGOMUSA SISINDISIWE.”

My Life Motto:

“Bloom where you are planted.”

“UNkulunkulu wasiphilisa SIFILE. Unkulunkulu wenza siphile kanye noKristu. UJesu njengomalusi OMUHL.E wafa endaweni yethu ukuze thina siphile. Izwi lithi umuntu wethu OMDALA wabethulwa kanye noKristu esiphambanweni. UJesu wavuka ngakho nathi uma safa kanye naye siyakhola futhi ukuthi savuswa kanye naye, siyaphila kanye naye. Ngokwemvelo yethu sasifle kodwa uNkulunkulu ngomusa wakho wasipha ukuphila okusha ngoJesu, yingakho sinokuphila OKUPHAKADE kuye. Izwi likubeka kucace ukuthi ukuphila okuphakade kuseNdodameni, bakaNkulunkulu abaphohansi kobuholi buka Jesu Kristu ongenayo iNdodana akanakho ukuphila OKUPHAKADE!

THEME:

Impilo yama Kristu kufumele ikhombise ukuthi bangabantwana bakaNkulunkulu abaphohansi kobuholi buka Jesu Kristu.

  • Ukuphila okuphakade kuseNdodameni
  • Ukuphila okusha ngoJesu
  • Impilo yamaKristu ikhombise ubuholi bukaJesu

Get Encouragement for Your Soul

Subscribe to my Newsletter